Collective Action Magazine Edition 2. Dec 2022

I-Collective Action Magazine eNgqungqutheleni kaMongameli ye-GBVF 2, ikhulume noNgqongqoshe uMaite Nkoana- Mashabane mayelana nempendulo yakhe ku- GBVF. Wabezabesifazane

Ungqongqoshe: Umnyango usohlwini lokuqondisa ukudidiyelwa nokusungulwa kwe- NSP kuhulumeni kanye nomphakathi wonkana. Njengomgcini umnikelo wethu ohlelweni uhambisana nawo umbono jikelele womnyango wokuhlinzeka ngobuholi obunesu, ukudidiyela kanye nokwengamela uhulumeni iminyango kanye nezwe ekuqiniseni izinhlelo zokuhlomisa abesifazane, intsha kanye abantu abakhubazekile. Lokhu sikuzuze ngokuqinisekisa ukuthi Izinhlelo Zokusebenza Zonyaka (i-APPS) yoMnyango ifaka i-NSP nokuthi isetshenziswa ngokwesisekelo seminyango ukubika nyanga zonke ngenqubekelaphambili ekusebenziseni i-NSP nyanga zonke. Ukumisa amathimba okuphendula ngokushesha okuhlanganisa ochwepheshe abehlukene kanye nokuqeqeshwa kwamakhansela ekwenzeni i- NSP ibe yasendaweni. Ngaphezu kwalokho, umnyango wenze isiqiniseko sokuthi i-NSP iyafakwa kwimodeli yokuthuthukiswa kwezifunda. uHazel: Iyiphi indima edlalwa inkonzo yakho ekuphenduleni i-GBVF njengoba iqondiswa yi-NSP GBVF ?

Summit Delegates ensuring their voices are heard photo by: Thando Gazide- DWYPD

128

90

Made with FlippingBook interactive PDF creator